Текст песни «A Ya - Ngithathe»


A+ A-

Aya Ngithathe

Ngihlale ngicabangana nawe, nsuku zonke
Awukho umzuzu odlulayo, ukuphumula angiktholi
Ngisabathe ngiyaziqinisa, kuphela amandla
Meke ngabona wena eduze kwami
Ngimane ngihluleke ukuzibamba

CHORUS:
Ngithathe ngingowakho
(Ngzokwenza noma yini oyidingayo)
Ngithathe ngingowakho
(Amaqhinga aphelile ngithathe)
Ngithathe ngingowakho
(Kanti awuzwa yini)
Ngithathe ngingowakho
(oooh wow)

Imizwa yami ijulile njengolwandle
Nginakho konke empilweni, kushoda uthando kuphela
Isombululo salenkinga yami, sthandwa nguwe
Awuliboni ibhasi libhaliwe, ngidinga wena empilweni yami

CHORUS

BRIDGE:
Ngicela ungthathe ngingowakho angiphiki
(Woza ungthathe, ngicela ungthathe)
Ngicela ungthathe ngingowakho ngivumile
(Woza ungthathe, ngingowakho oh)

Repeat till finish